Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 2:10 - Contemporary Zulu Bible 2024

10 Kwaphuma umfula e-Edene wokunisela insimu; kusukela lapho wehlukaniswa waba amakhanda amane.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 E-Edene kwavela umfula owamanzisa insimu; wahlukana khona, waba yizimbaxa ezine.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

10 E-Edeni kwavela umfula wokunisela insimu, wase wehlukana uba yimifula emine.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 2:10
3 Referans Kwoze  

Yangikhombisa umfula wamanzi okuphila ucwebezela njengekristalu, uphuma esihlalweni sobukhosi sikaNkulunkulu neseWundlu.


Kukhona umfula, imifudlana yawo ethokozisa umuzi kaNkulunkulu, indlu engcwele yamatabernakele oPhezukonke.


ULoti waphakamisa amehlo akhe, wabona ithafa lonke laseJordani ukuthi lalinamanzi amaningi yonke indawo, ngaphambi kokuba uJehova abhubhise iSodoma neGomora, njengensimu kaJehova nanjengezwe laseGibhithe, njengoba ufika eSowari.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite