Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 18:7 - Contemporary Zulu Bible 2024

7 U-Abhrahama wagijimela emhlambini, wathatha ithole elithambileyo nelihle, walinika ijaha; wayesekusheshisa.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 U-Abrahama wagijima, waya ezinkomeni, walanda ithole elihle nelinonileyo, walinika encekwini; yashesha ukulilungisa.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

7 U-Abhrahama wagijima waya emhlanjini, wafike wakhetha ithole elihle elinonophele, walinika inceku, yaphuthuma yalihlaba, yalilungisa.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 18:7
11 Referans Kwoze  

Kodwa kuthe ifika le ndodana yakho, edle ukudla kwakho lezifebe, uyihlabele ithole elikhuluphalisiweyo.


Wathi kuye: “Umfowenu ufikile; uyihlo uhlabile ithole elikhuluphalisiwe, ngokuba umamukele ephilile.


Nilethe ithole elikhuluphalisiwe, nilihlabe; futhi asidle, sijabule;


Waphinda wathuma ezinye izinceku, wathi: ‘Tshelani abamenyiweyo ukuthi: Bhekani, sengilungisile isidlo sami, izinkabi zami nokukhuluphalisiweyo sekuhlatshiwe, konke sekulungisiwe;


Kepha makaqalekiswe umkhohlisi oneduna emhlambini wakhe, enze isithembiso, anikele ngokonakala kuJehova; ngokuba mina ngiyinkosi enkulu,” usho uJehova Sebawoti, negama lami liyesabeka phakathi kwezizwe.


elala emibhedeni yophondo lwendlovu, yelula emibhedeni yayo, idle amawundlu ezimvu namathole esibayeni;


Kodwa waphikelela; baphendukela kuye, bangena endlini yakhe; wabalungisela ukudla, wabhaka isinkwa esingenamvubelo, badla.


U-Abrahama washesha waya kuSara etendeni, wathi: “Sheshisa ulungise amaseya amathathu empuphu ecolekileyo, uyixove, wenze amaqebelengwane eziko.


Wathatha amabhotela, nobisi, nethole abelilungisile, wakubeka phambi kwabo; wema nabo phansi kwesihlahla, badla.


Owesifazane wayenethole elikhuluphalisiwe endlini; washesha wayihlaba, wathatha ufulawa, wayixova, wabhaka isinkwa esingenamvubelo ngayo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite