Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 18:23 - Contemporary Zulu Bible 2024

23 U-Abrahama wasondela, wathi: “Niyakubhubhisa olungileyo kanye nomubi na?”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 U-Abrahama wasondela, wathi: “Uyakubhubhisa olungileyo kanye nomubi na?

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

23 U-Abhrahama wasondela kuye wathi: “Ngabe uzoqotha imbokodo nesisekelo yini kwabalungileyo nababi na?

Gade chapit la Kopi




UGenesise 18:23
15 Referans Kwoze  

Bawa ngobuso babo, bathi: “O Nkulunkulu, Nkulunkulu wemimoya yenyama yonke, kona umuntu oyedwa, uthukuthelele lonke ibandla na?”


UDavide wakhuluma kuJehova lapho ebona ingelosi ishaya abantu, wathi: “Bheka, ngonile, ngenzile okubi; kodwa lezi zimvu zenzeni? isandla sakho masibe phezu kwami nendlu kababa.


U-Abimeleki akasondelanga kuye, wathi: “Nkosi, uyathanda ukubulala nawe isizwe esilungileyo na?


Masisondele ngenhliziyo eqinisileyo, sinesiqinisekiso esigcwele sokukholwa, izinhliziyo zethu zifafaziwe kunembeza omubi, nemizimba yethu igeziwe ngamanzi acwebileyo.


Lowo ozonda ubulungisa uyobusa na? futhi uyakulahla olungileyo kakhulu na?


Makube kude nawe ukwenza kanjalo, ukubulala olungileyo kanye nomubi, nokuba olungileyo abe njengomubi, okude nawe; umahluleli womhlaba wonke akayikwenza ubulungisa na?


Izikhulu zabo ziyophuma kubo, umbusi wabo aphume phakathi kwabo; ngiyakumsondeza, asondele Kimi; kusho uJehova.


Kepha mina kungilungele ukusondela kuNkulunkulu; ngibeke ithemba lami eNkosini uJehova, ukuze ngishumayele zonke izenzo zakho.


UNkulunkulu uphendukezela ukwahlulela na? uSomandla uyawuphendukezela yini umthetho na?


U-Eliya wayengumuntu onemizwa efana neyethu, wakhuleka ngobuqotho ukuba lingani; futhi kalizange line emhlabeni iminyaka emithathu nezinyanga eziyisithupha.


Vumani izono omunye komunye, nikhulekelane ukuba niphulukiswe. Umkhuleko wolungileyo unamandla amakhulu.


Mhlawumbe kukhona abalungileyo abangamashumi amahlanu emzini; uyakuyichitha indawo, ungahawukeli abalungileyo abangamashumi ayisihlanu abakuyo na?


Deda endabeni yamanga; futhi ungambulali ongenacala nolungileyo, ngoba ngeke ngithethelele omubi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite