Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 16:14 - Contemporary Zulu Bible 2024

14 Ngalokho umthombo wabizwa ngokuthi iBeri Lahayiroyi; bheka, liphakathi kweKadeshi neBerede.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 Ngalokho umthombo wabizwa ngokuthi iBeri Lahayi Royi;* bheka, uphakathi kweKadeshi neBeredi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

14 Yingakho leso siphethu sisabizwa ngokuthi yiBheri Lahayi Royi. Siphakathi kweKadeshi neBheredi.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 16:14
7 Referans Kwoze  

Ahamba afika kuMose naku-Aroni nakuyo yonke inhlangano yabantwana bakwa-Israyeli ehlane lasePharanu eKadeshi; wababikela kanye nebandla lonke, wabazisa izithelo zezwe.


Kwathi emva kokufa kuka-Abrahama uNkulunkulu wambusisa u-Isaka indodana yakhe; u-Isaka wahlala ngasemthonjeni waseLahayiroyi.


U-Isaka waphuma endleleni eya emthonjeni waseLahayiyiroyi; ngoba wayehlala eningizimu.


Ngalokho waqamba leyo ndawo ngokuthi iBeri Sheba; ngoba lapho bafunga bobabili.


Base bebuya, bafika e-Enimishipati eyiKadeshi, balichitha lonke izwe lama-Amaleki, nama-Amori ayehlala eHasoni-Tamari.


UHagari wamzalela u-Abrama indodana;


UNkulunkulu wavula amehlo akhe, wabona umthombo wamanzi; waya wagcwalisa imbiza ngamanzi, wamphuzisa umfana.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite