Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 14:8 - Contemporary Zulu Bible 2024

8 Inkosi yaseSodoma, nenkosi yaseGomora, nenkosi yase-Adima, nenkosi yaseSeboyimi, nenkosi yaseBela, okuyiZowari, baphuma balwa nabo esigodini saseSidimi;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Yaphuma inkosi yaseSodoma, nenkosi yaseGomora, nenkosi yase-Adima, nenkosi yaseSeboyimi, nenkosi yaseBela eliyiSowari; bahloma, balwa nabo esiGodini saseSidimi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

8 Amakhosi aseSodoma, eGomora, e-Adima, eZebhoyimu, naseBhela, elibuye laziwe ngokuthi yiZowari, ehlela esigodini iSidimu, aphaka impi yawo ngamahlandla,

Gade chapit la Kopi




UGenesise 14:8
8 Referans Kwoze  

Sheshani, nibalekele khona; ngoba mina ngingenze lutho uze ufike kukho. Ngalokho igama lomuzi lathiwa iZowari.


Bheka-ke, lo muzi useduze ukuba ngibalekele kuwo, futhi mncane;


ULoti waphakamisa amehlo akhe, wabona ithafa lonke laseJordani ukuthi lalinamanzi amaningi yonke indawo, ngaphambi kokuba uJehova abhubhise iSodoma neGomora, njengensimu kaJehova nanjengezwe laseGibhithe, njengoba ufika eSowari.


Isigodi saseSidimi sasigcwele imigodi yebitume; amakhosi aseSodoma naseGomora abaleka, awela khona; labo abaseleyo babalekela entabeni.


Umkhawulo wamaKhanani wasuka eSidoni, wasinga eGerari, waya eGaza; ekuhambeni kwakho, eSodoma, naseGomora, nase-Adima, naseSeboyimi, naseLasha.


kanye noKedorlawomere inkosi yase-Elamu, noTidali inkosi yezizwe, no-Amrafeli inkosi yaseShinari, no-Ariyoki inkosi yase-Elasari; amakhosi amane namahlanu.


Ngingakulahla kanjani, Efrayimi? ngingakusindisa kanjani, Israyeli? ngingakufanisa kanjani ne-Adma? ngingakumisa kanjani njengeSeboyimi na? inhliziyo yami yaphenduka phakathi kwami, ukuzisola kwami kwavutha kanyekanye.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite