Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 14:24 - Contemporary Zulu Bible 2024

24 Ngaphandle kwalokho okudliwe yizinsizwa, nesabelo samadoda ayehamba nami, o-Aneri, no-Eshikoli, noMamre; mabathathe ingxenye yabo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

24 Kuphela lokho ezikudlile izinceku, nesabelo samadoda ayehamba nami; o-Anere, no-Eshikoli, noMamre mabathathe isabelo sabo.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

24 Ngakho-ke angizukuthatha lutho ngaphandle kwalokho osekudliwe yizinsizwa, nesabelo salawa madoda abengiphelezele: u-Aneri, u-Eshikholi, noMamre. Mabasifumane isabelo sabo.”

Gade chapit la Kopi




UGenesise 14:24
7 Referans Kwoze  

Ngakho-ke zonke izinto enifuna ukuba abantu bakwenze kini, kwenzeni nani kanjalo kubo, ngokuba lokhu kungumthetho nabaprofethi.


Ungagodleli okuhle kulabo okubafanele, uma kusemandleni esandla sakho ukwenza kanjalo.


Kwasekufika okhululiweyo, wabikela uAbrama umHebheru; ngokuba wayehlala e-okini kaMamre umAmori, umfowabo ka-Eshikoli nomfowabo ka-Anere; futhi bahlobana no-Abrama.


Ngoba umbhalo uthi: Ungayifaki isifonyo inkabi lapho ibhula. Futhi: Isisebenzi sifanele umvuzo waso.


Aqeda, onke amadoda anesibindi, asithatha isidumbu sikaSawule nezidumbu zamadodana akhe, aziyisa eJabeshi, angcwaba amathambo awo phansi komuthoni eJabeshi, azila ukudla izinsuku eziyisikhombisa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite