Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 14:16 - Contemporary Zulu Bible 2024

16 Wazibuyisa zonke izimpahla, wambuyisa noLoti umfowabo, nempahla yakhe, nabesifazane, nabantu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Wabuyisa yonke impahla, wambuyisa noLoti umzalwane wakhe, nempahla yakhe, nabesifazane, nabantu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

16 Wayithola yonke impahla kaLothi, wabuya naye uLothi, isihlobo sakhe, nabanye abantu nabesifazane.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 14:16
7 Referans Kwoze  

UDavide wabuza kuJehova, wathi: “Ngixoshe leliviyo na? ngiyakubafica, wathi kuye: “Xosha, ngokuba uyakuwafica nokuwafica, ubuyise konke ngaphandle kokulibala.


Ngubani owavusa olungileyo empumalanga, ombize ezinyaweni zakhe, wabeka izizwe phambi kwakhe, wambeka phezu kwamakhosi? Wabanikela enkembeni yakhe njengothuli, nomnsalo wakhe njengamabibi aqhubukushayo.


Ngiyakukwenza isizwe esikhulu, ngikubusise, ngenze igama lakho libe likhulu; futhi uzakuba yisibusiso.


U-Abrama esezwile ukuthi umfowabo ubotshiwe, wawahlomisa amadoda akhe aqeqeshiweyo, azalelwe endlini yakhe, amakhulu amathathu neshumi nesishiyagalombili, wabaxosha kwaze kwaba kwaDan.


UJosefa wakhuphuka ukuyommbela uyise, zakhuphuka naye zonke izinceku zikaFaro, namalunga endlu yakhe, nawo onke amadoda amadala ezwe laseGibithe;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite