Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 14:15 - Contemporary Zulu Bible 2024

15 Wabahlukanisela ebusuku, yena nezinceku zakhe, wabanqoba, wabaxosha kwaze kwaba seHoba elingakwesokhohlo saseDamaseku.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Wazahlukanisa ebusuku izinceku zakhe, wabahlasela, wabanqoba, wabaxosha, waze wafika eHoba elingasenyakatho kwaseDamaseku.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

15 Kwathi ebusuku u-Abhrama wawehlukanisa phakathi amadoda ayehamba nawo, ayithelekela nxazonke eyezitha; ayidudula aze ayithela eHobha enyakatho neDamaseku.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 14:15
14 Referans Kwoze  

wacela kuye izincwadi zokuya eDamaseku eziya emasinagogeni, ukuze kuthi uma ethola abanye baleyo Ndlela, abesilisa noma abesifazane, abalethe eJerusalema beboshiwe.


Umuntu omuhle uyahawukela, atsheleke; Uzoqhuba izindaba zakhe ngokuxoxa.


U-Asa wayesethatha lonke isiliva negolide elalisele engcebweni yendlu kaJehova nengcebo yendlu yenkosi, wakunika ezandleni zezinceku zakhe; inkosi u-Asa yayisithumela endodaneni kaBeni Hadadi. KaThabrimoni indodana kaHeziyoni, inkosi yase-Aramu, owahlala eDamaseku, wathi:


Nansi indlela yokukhululwa: Yilowo nalowo otshelekayo oboleka umakhelwane wakhe uyakumkhulula; akayikufuna kumakhelwane wakhe noma kumfowabo; ngoba kuthiwa yinsindiso kaJehova.


USawuli wasesukuma emhlabathini; esevulile amehlo akhe, akabonanga muntu, kepha bamhola ngesandla, bamyisa eDamaseku.


EDamaseku kwakukhona umfundi othile ogama lakhe lingu-Ananiya; iNkosi yathi kuye embonweni: “Ananiya!” Wathi: Bheka, ngilapha, Nkosi.


Wayesethi u-Abrama: “Nkosi Jehova, uyakunginikani, lokhu ngingenamntwana, nomphathi wendlu yami ngu-Eliyezeri waseDamaseku na?


Wasehlukanisa abantu abangamakhulu amathathu aba izingxenye ezintathu, wabeka icilongo esandleni ngasinye, nezimbiza ezingenalutho nezibani phakathi kwezimbiza.


Ngokuba inhloko yama-Aramu yiDamaseku, nenhloko yeDamaseku nguResini; phakathi kweminyaka engamashumi ayisithupha nanhlanu u-Efrayimi uyakwaphulwa angabi yisizwe.


Isiprofetho ngeDamaseku. Bheka, iDamaseku liyasuswa lingabe lisaba umuzi, libe yinqwaba yezincithakalo.


Mayelana neDamaseku. IHamati ijabhile ne-Aripadi, ngokuba kuzwile izindaba ezimbi; badangele; kukhona ukudabuka olwandle; akukwazi ukuthula.


IDamaseku lalingumthengisi wakho ngobuningi bempahla oyenzile, ngenxa yobuningi bayo yonke ingcebo; ewayinini laseHelboni noboya obumhlophe.


iHamati, neBerotha, neSibrayimi, eliphakathi komkhawulo waseDamaseku nomkhawulo waseHamati; iHazarihatikoni elisogwini lwaseHaurani.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite