Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 10:31 - Contemporary Zulu Bible 2024

31 Lawa angamadodana kaShemi ngemindeni yawo nangezilimi zawo emazweni awo ngokwezizwe zawo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

31 Laba babe ngamadodana kaShemi ngemindeni yawo nangezilimi zawo, emazweni awo nasezizweni zawo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

31 Yilawo-ke amadodana kaShemu ngokwemindeni nangezilimi zawo, ezifundeni zawo nangokwezizwe zawo.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 10:31
5 Referans Kwoze  

Lawa angamadodana kaHamu ngemindeni yawo nangezilimi zawo emazweni awo nasezizweni zawo.


Ngalokhu iziqhingi zabeZizwe zahlukaniselwa amazwe abo; yilowo nalowo ngokolimi lwakhe, ngemindeni yabo, ngokwezizwe zabo.


Wazenza izizwe zonke ngegazi linye ukuba zihlale ebusweni bonke bomhlaba, wamisa izikhathi ezimisiweyo nemikhawulo yokuhlala kwazo;


Indawo yabo yokuhlala yayisuka eMesha, lapho uya eSefari, intaba yasempumalanga.


Lezi ziyizizukulwane zamadodana kaNowa ngezizukulwane zawo ezizweni zawo; ngalokho izizwe zahlukaniswa emhlabeni emva kukazamcolo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite