Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 1:4 - Contemporary Zulu Bible 2024

4 UNkulunkulu wabona ukuthi ukukhanya kuhle, futhi uNkulunkulu wahlukanisa ukukhanya nobumnyama.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 UNkulunkulu wabona ukukhanya ukuthi kuhle; uNkulunkulu wahlukanisa ukukhanya nobumnyama.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

4 UNkulunkulu wabona ukuthi ukukhanya kuhle, uNkulunkulu wayesehlukanisa ukukhanya nobumnyama.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 1:4
10 Referans Kwoze  

Ngempela, kumnandi ukukhanya, futhi kuyajabulisa emehlweni ukubona ilanga.


Ngase ngibona ukuthi ukuhlakanipha kudlula ubuwula njengokukhanya kudlula ubumnyama.


Futhi ukubusa imini nobusuku, kanye nokuhlukanisa ukukhanya nobumnyama, futhi uNkulunkulu wabona ukuthi kuhle.


Umhlaba waveza utshani, nezitshalo ezithela imbewu ngezinhlobo zazo, nemithi ethela izithelo, ekuyo imbewu yayo ngezinhlobo zayo; uNkulunkulu wabona ukuthi kuhle.


UNkulunkulu wabheka konke akwenzileyo, wabona ukuthi kwakukuhle kakhulu. Kwahlwa, kwaba kusasa, usuku lwesithupha.


UNkulunkulu wabiza umhlabathi owomileyo ngokuthi umhlaba; nokuqoqeka kwamanzi wakubiza ngokuthi ulwandle; uNkulunkulu wabona ukuthi kuhle.


UNkulunkulu wazenza izilwane zomhlaba ngezinhlobo zazo, nezinkomo ngezinhlobo zazo, nezilwanyana ezinwabuzelayo emhlabeni ngezinhlobo zazo; uNkulunkulu wabona ukuthi kuhle.


UJehova muhle kubo bonke, umusa wakhe uphezu kwayo yonke imisebenzi yakhe.


Yonke imisebenzi yakho iyokudumisa, Jehova; nabangcwele bakho bayokubusisa.


Mina ngakha ukukhanya, ngidala ubumnyama; Ngenza ukuthula, ngidala ububi; Mina Jehova ngenza zonke lezi zinto.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite