Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 1:25 - Contemporary Zulu Bible 2024

25 UNkulunkulu wazenza izilwane zomhlaba ngezinhlobo zazo, nezinkomo ngezinhlobo zazo, nezilwanyana ezinwabuzelayo emhlabeni ngezinhlobo zazo; uNkulunkulu wabona ukuthi kuhle.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

25 UNkulunkulu wazenza izilo zomhlaba ngezinhlobo zazo, nezinkomo ngezinhlobo zazo, nezilwanyana zonke ezinwabuzelayo emhlabeni ngezinhlobo zazo. UNkulunkulu wabona ukuthi kuhle.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

25 UNkulunkulu wenza zonke izilwane zomhlaba ngezinhlobo zazo, nezilwane ezifuywayo ngezinhlobo zazo, nezihuquzelayo ngezinhlobo zazo. UNkulunkulu wakubona ukuthi kuhle.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 1:25
9 Referans Kwoze  

Mina ngenza umhlaba, umuntu, nesilwane esisemhlabeni, ngamandla ami amakhulu nangengalo yami eyeluliweyo, ngamnika lowo engibona kukuhle kimi.


Ngomoya wakhe wahlobisa amazulu; isandla sakhe sakha inyoka eyisigwegwe.


Ngoba kungcweliswa ngelizwi likaNkulunkulu langomkhuleko.


Yafa yonke inyama enwabuzelayo emhlabeni, izinyoni, nezinkomo, nezilwane, nezilwanyana ezinwabuzelayo emhlabeni, nabantu bonke;


Konke okunomoya wokuphila emakhaleni akho, kukho konke okusemhlabathini owomileyo, kwafa.


Kodwa manje buza izilwane, futhi zizokufundisa; nezinyoni zezulu, ziyakukutshela;


Angiyikufihla izitho zakhe, namandla akhe, nobuhle bakhe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite