Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 9:35 - Contemporary Zulu Bible 2024

35 Inhliziyo kaFaro yaba lukhuni, kabavumelanga abantwana bakwa-Israyeli ukuba bahambe; njengokukhuluma kukaJehova ngoMose.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

35 Inhliziyo kaFaro yayilukhuni, kabavumelanga abantwana bakwa-Israyeli ukuba bahambe, njengalokho uJehova eshilo ngoMose.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

35 Inhliziyo kaFaro yaba lukhuni akabavumelanga abantu bakwa-Israyeli ukuba bahambe, njengoba uSimakade ayeshilo ngoMose.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 9:35
4 Referans Kwoze  

UJehova wathi kuMose: “Uma ubuyela eGibithe, qiniseka ukuthi uyazenza phambi kukaFaro zonke lezo zibonakaliso engizinikele esandleni sakho; kodwa ngizayenza lukhuni inhliziyo yakhe, ukuze angabayekeli abantu bahambe.


Lapho uFaro ebona ukuthi imvula nesichotho nokuduma kunqamukile, waqhubeka wona futhi wayenza lukhuni inhliziyo yakhe, yena nezinceku zakhe.


Ngiyazi ukuthi inkosi yaseGibithe ayiyikunivumela ukuba nihambe, cha, kungengasandla esinamandla.


Wayenza lukhuni inhliziyo kaFaro ukuba angabalaleli; njengokutsho kweNkosi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite