Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 9:31 - Contemporary Zulu Bible 2024

31 Ifilakisi nebhali kwase kubhulwa, ngokuba ibhali lase liyisikhwebu, nefilakisi laliyithumba.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

31 Kwashaywa ifilakisi* nebhali,* ngokuba ibhali lalikhahlele, nefilakisi laliqhakazile.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

31 Ifilakisi nebhali lashaywa lonakala, ngokuba ibhali lalikhahlele, nefilakisi seliqhakaza.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 9:31
6 Referans Kwoze  

Ngakho wanamathela emadodakazini kaBowazi ukukhothoza, kwaze kwaba sekupheleni kokuvunwa kwebhali nokuvunwa kukakolweni; wahlala noninazala.


Wayesebuya uNawomi, noRuthe wakwaMowabi, umalokazana wakhe, ababebuyile ezweni lakwaMowabi; bafika eBetlehema ekuqaleni kokuvunwa kwebhali.


Noma umkhiwane ungakhahleli, kungabikho sithelo emvinini; umsebenzi womnqumo uyophela, namasimu awayikuthela ukudla; imfuyo encane kufanele iqedwe esibayeni, futhi akufanele kube nezinkomo ezibayeni;


Nganishaya ngokhula nangesikhutha; lapho izivande zenu, nezivini zenu, nemikhiwane yenu, neminqumo yenu yanda, kwadliwa amasundu; nokho aniphendukela kimi,” usho uJehova.


Kodwa ukolweni nokhula akubhuqwanga, ngokuba kwakungekukhulu.


Wabanikela esandleni sabaseGibeyoni, babaphanyeka entabeni phambi kukaJehova; zawa zonke eziyisikhombisa kanyekanye, zabulawa ngezinsuku zokuvuna, ngezinsuku zokuqala, ekuqaleni kwebhali isivuno.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite