Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 9:25 - Contemporary Zulu Bible 2024

25 Isichotho sashaya konke okwakusendle, abantu nezinkomo, ezweni lonke laseGibithe; isichotho sashaya zonke izitshalo zasendle, saphula yonke imithi yasendle.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

25 Isichotho sashaya konke okwakusendle, abantu nezinkomo, ezweni lonke laseGibithe; isichotho sashaya yonke imifino yasendle, saphula yonke imithi yasendle.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

25 Isichotho sashaya savithiza kulo lonke iGibhithe, konke okwakusendle kusukela kubantu, izilwane, nazo zonke izitshalo emasimini; sashaya sayiphula yonke imithi yasendle.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 9:25
8 Referans Kwoze  

Wachitha izivini zabo ngesichotho, nemisikhamori yabo ngongqoqwane.


Manje thumela futhi uqoqe izinkomo zakho nakho konke onakho endle; ngoba phezu kwawo wonke umuntu nezilwane ezitholakala endle futhi zingalethwa ekhaya, isichotho siyowela phezu kwazo, zife.


Kwasekusiba khona isichotho lomlilo kuxutshaniswe lesiqhotho, esinzima kakhulu, ekungazange kube khona okunjengalokhu elizweni lonke leGibhithe selokhu laba yisizwe.


Wanikela izinkomo zabo esichothweni, nemihlambi yabo emibaneni eshisayo.


Ngalokho isho kanje iNkosi uJehova, ithi: Ngiyakudabula ngesivunguvungu ngokufutheka kwami; kuyakuba khona isihlambi esikhulu ngokufutheka kwami namatshe esichotho esikhulu ekufuthekeni kwami ukuba sikuqede.


INkosi yasikwenza lokho ngangomuso, imfuyo yonke yaseGibithe yafa; kepha emfuyweni yabantwana bakwa-Israyeli akufanga neyodwa.


Kwathi besabaleka phambi kuka-Israyeli besendleleni eya eBeti Horoni, uJehova waphonsa phezu kwabo amatshe amakhulu avela ezulwini kwaze kwaba se-Azeka, bafa; abantwana bakwa-Israyeli babulala ngenkemba.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite