Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 8:9 - Contemporary Zulu Bible 2024

9 UMose wayesethi kuFaro: “Zibonge ngami; ngiyakukuncenga nini wena nezinceku zakho nabantu bakho ukuba baqothule amasele kuwe nasezindlini zakho, asale emfuleni kuphela, na?

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 UMose wathi kuFaro: “Ziphakamise phezu kwami, usho ukuthi ngizakukuncengela ngasiphi isikhathi wena nezinceku zakho, nabantu bakho ukuba achithwe amasele kuwe nasezindlini zakho, asale emfuleni kuphela.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

9 UMose wathi kuFaro: “Ngitshele ukuthi ufuna ngikukhulekele nini wena nezikhulu zakho, nabantu bakho, ukuze amasele asuke kuwe nasezindlini zakho, asale kuphela emfuleni.”

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 8:9
8 Referans Kwoze  

Izembe lingaziqhayisa ngogawula ngalo na? Noma ingabe isaha liyozikhulisa ngokumelene nalowo olinyakazisayo? njengokungathi induku ithuthumela phezu kwabayiphakamisayo, noma sengathi induku iziphakamisa njengokungathi akulona ukhuni.


U-Eliya wayesethi kubaprofethi bakaBali: “Zikhetheleni inkunzi eyodwa, niyilungise kuqala; ngoba nibaningi; nibize igama lawonkulunkulu benu, ningafaki mlilo phansi kwawo.


UJehova wathi kuGideyoni: “Abantu abanawe baningi kakhulu ukuba nginikele abakwaMidiyani esandleni sabo, ukuze u-Israyeli angangiphakamiseli, athi: ‘Isandla sami singisindisile.


UFaro wayesebabiza oMose no-Aroni, wathi: “Ncengani uJehova ukuba asuse amasele kimi nakubantu bami; ngiyakubavumela abantu ukuba bahambe, bahlabele uJehova.


Wathi: “Kusasa.” Wathi: “Kuhamba njengokusho kwakho, ukuze wazi ukuthi akakho onjengoJehova uNkulunkulu wethu.”


Zaphelela izinsuku eziyisikhombisa emva kokuba uJehova eshayile umfula.


Amasele ayakumuka kuwe, nasezindlini zakho, nasezincekwini zakho, nakubantu bakho; bangahlala emfuleni kuphela.


INkosi yasisithi: Ngithethelele njengelizwi lakho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite