Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 8:24 - Contemporary Zulu Bible 2024

24 INkosi yenza njalo; kwafika uswebezane lwezibawu endlini kaFaro, nasezindlini zezinceku zakhe, nakulo lonke izwe laseGibithe;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

24 Wenze njalo uJehova; kwangena uswebezane olwesabekayo lwezibawu endlini kaFaro, nasezindlini zezinceku zakhe, nasezweni lonke laseGibithe; izwe lachithwa ngenxa yezibawu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

24 USimakade wenza kanjalo, izinkumbi zezibawu zahlasela indlu kaFaro, nezindlu zezinceku zakhe, nalo lonke iGibhithe, kwaba nomonakalo ngenxa yezibawu.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 8:24
6 Referans Kwoze  

Wakhuluma, kwafika izibawu nezintwala kuzo zonke izifunda zabo.


Wathuma kubo izibawu ngezinhlobonhlobo, zabadla; namaxoxo ababhubhisayo.


Uma kungenjalo, uma ungabadedeli abantu bami, bheka, ngiyakuthuma izibawu kuwe, nasezincekwini zakho, nakubantu bakho, nasezindlini zakho; izindlu zabaseGibhithe ziyogcwala izibawu kanye nomhlabathi ezikuwo.


Ngizakwahlukanisa phakathi kwabantu bami labantu bakho; kusasa kuzoba yilesi sibonakaliso.


Amaxoxo ayakukhuphukela kuwe nakuzo abantu bakho nakuzo zonke izinceku zakho.


Bazibuthela izinqwaba, izwe lanuka.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite