Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 8:12 - Contemporary Zulu Bible 2024

12 OMose no-Aroni basuka kuFaro, uMose wakhuleka kuJehova ngenxa yamasele awalethela uFaro.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 OMose no-Aroni baphuma kuFaro; uMose wakhala kuJehova ngamasele ayewalethile kuFaro.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

12 UMose no-Aroni basuka kuFaro, uMose wanxusa kuSimakade mayelana namasele ayewathumelele uFaro.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 8:12
10 Referans Kwoze  

Usho kanje uJehova, uthi: Ngisayakubuza ngayo indlu yakwa-Israyeli ukuba ngiyenzele yona; ngizakwandisa abantu njengomhlambi;


Kepha mina, kwangathi uNkulunkulu angangivimbela ukuba ngoni kuJehova ngokuyeka ukunithandazela; kodwa ngizonifundisa indlela enhle nelungile.


UMose wamncenga uJehova uNkulunkulu wakhe, wathi: “Jehova, ulaka lwakho luvuthelani abantu bakho owabakhipha ezweni laseGibithe ngamandla amakhulu nangesandla esinamandla na?


Wasesuka kuFaro, wakhuleka eNkosini.


UMose waphuma emzini kaFaro, welulela izandla zakhe kuJehova; kwanqamuka ukuduma nesichotho, nemvula ayizange inethe emhlabeni.


UMose wamuka kuFaro, wakhuleka kuJehova.


UFaro wayesebabiza oMose no-Aroni, wathi: “Ncengani uJehova ukuba asuse amasele kimi nakubantu bami; ngiyakubavumela abantu ukuba bahambe, bahlabele uJehova.


INkosi yenza njengezwi likaMose; amasele afa ezindlini, nasemizini nasemasimini.


Wakhuluma, kwafika izibawu nezintwala kuzo zonke izifunda zabo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite