Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 6:9 - Contemporary Zulu Bible 2024

9 UMose wakhuluma kanje kubantwana bakwa-Israyeli, kepha abamlalelanga uMose ngenxa yobuhlungu bomoya nangenxa yobugqila obunzima.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 UMose wakhuluma-ke kanjalo kubo abantwana bakwa-Israyeli; kepha abamlalelanga uMose ngenxa yenhliziyo encane nemisebenzi esindayo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

9 UMose wakhuluma kanjalo kubantu bakwa-Israyeli, kodwa abazange bamlalele, ngenxa yezinhliziyo ezincane nokusebenza kanzima.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 6:9
9 Referans Kwoze  

Mina-ke, ukukhala kwami kumuntu na? futhi uma kunjalo, umoya wami ubungethuki ngani na?


Basebesithi kubo: INkosi izalibona, ilihlulele; ngokuba nenze iphunga lethu laba yisinengiso emehlweni kaFaro nasemehlweni ezinceku zakhe, ukubeka inkemba esandleni sabo ukuba basibulale.


Ababi bakhothama phambi kwabalungileyo; nababi emasangweni abalungileyo.


Basuka eNtabeni yaseHori ngendlela eya eLwandle Olubomvu ukuze bazungeze izwe lakwa-Edomi; umphefumulo wabantu waphela amandla ngenxa yendlela.


Leli akulona yini izwi esalikhuluma kuwe eGibhithe ukuthi: Ake sime, ukuze sikhonze abaseGibhithe? Ngokuba kwakungcono kithi ukukhonza abaseGibithe kunokuba sifele ehlane.


Bazenza zaba muncu ukuphila kwabo ngobugqila obulukhuni, ngokunameka, nangokufaka izitini, nangayo yonke imisebenzi yasensimini; yonke inkonzo yabo ababekhonza kuyo yayilukhuni.


Kwathi ngokuhamba kwesikhathi inkosi yaseGibhithe yafa, abantwana bakoIsrayeli babubula ngenxa yobugqili, bakhala inyembezi, bakhala kuNkulunkulu ngobugqili.


UJehova wakhuluma kuMose, wathi:


Umoya womuntu uyakugcina ukugula kwakhe; kodwa umoya olimele ngubani ongawuthwala?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite