Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 6:27 - Contemporary Zulu Bible 2024

27 Laba yibo abakhuluma kuFaro, inkosi yaseGibithe, ukuba akhiphe abantwana bakwa-Israyeli eGibithe: labo ngoMose no-Aroni.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

27 Yibo labo ababekhuluma kuFaro inkosi yaseGibithe ukuba akhiphe abantwana bakwa-Israyeli eGibithe; yibo oMose no-Aroni.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

27 Yibo laba abakhuluma noFaro inkosi yaseGibhithe ukuba ikhiphe abantu bakwa-Israyeli eGibhithe, oMose no-Aroni.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 6:27
12 Referans Kwoze  

Ngokuba nganikhuphula ezweni laseGibithe, nganihlenga endlini yobugqila; ngathuma oMose, no-Aroni, noMiriyamu phambi kwenu.


Wahola abantu bakho njengomhlambi ngesandla sikaMose no-Aroni.


INkosi yasisithi kuMozisi: Hamba usuke lapho, wena labantu owabakhupha elizweni leGibhithe, uye elizweni engalifungela uAbrahama, uIsaka loJakobe, ngathi: Kuwe. Inzalo ngiyakuyinika;


UJehova wayesethi kuMose: “Hamba, wehle; ngoba abantu bakho owabakhupha elizweni leGibhithe bazichithile.


OMose no-Aroni bangena kuFaro, benza njengalokho uJehova ebayalile; u-Aroni waphonsa induku yakhe phansi phambi kukaFaro naphambi kwezinceku zakhe, yaba yinyoka.


Yilabo o-Aroni noMose uJehova asho kubo ukuthi: “Bakhiphe abantwana bakwa-Israyeli ezweni laseGibithe ngamabandla abo.


Ngaphezu kwalokho, uJehova wakhuluma kuMose no-Aroni, wayala abantwana bakwa-Israyeli nakuFaro, inkosi yaseGibhithe, ukuba bakhiphe abantwana bakwa-Israyeli ezweni laseGibhithe.


Lokhu kwenzeka mhla uJehova ekhuluma kuMose ezweni laseGibhithe.


Ngathuma oMose no-Aroni, ngalihlupha iGibithe njengalokho ngenza phakathi kwalo; ngasemuva nganikhipha.


USamuweli wasesithi ebantwini: NguJehova owakhulisa oMozisi loAroni, owenyusa oyihlo elizweni leGibhithe.


Wathuma inceku yakhe uMose; no-Aroni amkhethayo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite