10 UJehova wakhuluma kuMose, wathi:
10 USimakade wakhuluma kuMose, ethi:
UMose wakhuluma kanje kubantwana bakwa-Israyeli, kepha abamlalelanga uMose ngenxa yobuhlungu bomoya nangenxa yobugqila obunzima.
Ngena ukhulume kuFaro, inkosi yaseGibithe, ukuba avumele abantwana bakwa-Israyeli baphume ezweni lakhe.