Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 5:6 - Contemporary Zulu Bible 2024

6 UFaro wazilaya izikhulu zabantu nezinceku zabo ngalona lolo suku, wathi:

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Ngalona lolo suku uFaro wayala abaphathi babantu nezinduna zabo, wathi:

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

6 Ngalolo lusuku uFaro wayala izinduna zabantu nabaphathi babo, wathi:

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 5:6
14 Referans Kwoze  

Izikhulu zabantwana bakwa-Israyeli zabona ukuthi basekubi, lapho kwathiwa: “Aniyikunciphisa lutho ezitini zenu emsebenzini wenu wezinsuku zonke.”


Zase ziphuma izikhulu zabantu nezinceku zazo, zakhuluma kubantu, zathi: “Usho kanje uFaro, uthi: Angiyikuninika utshani.


Ngaphezu kwalokho, u-Uziya wayenebutho lamaqhawe aphuma impi ngamaviyo, ngokwenani lombiko walo kaJehiyeli unobhala nenduna uMahaseya ngaphansi kokuqondisa kukaHananiya, omunye wezinduna zenkosi.


Ngamnika u-Isaka oJakobe no-Esawu; ngamnika u-Esawu intaba yaseSeyiri ukuba ayidle; kepha uJakobe kanye nabantwana bakhe behlela eGibithe.


Wonke u-Israyeli, namalunga akhe, nezikhulu, nabahluleli bakhe, bema ngalapha komphongolo nangapha phambi kwabapristi, amaLevi athwala umphongolo wesivumelwano sikaJehova, nomfokazi, naye wazalwa phakathi kwabo; inxenye yabo malungana nezintaba zeGerizimu, nenxenye yabo malungana nentaba yase-Ebali; njengalokho uMose inceku kaJehova ayala ngaphambili ukuba babusise abantwana bakwa-Israyeli.


Uzikhethele abahluleli nababonisi kuwo wonke amasango akho uJehova uNkulunkulu wakho akunika wona ngokwezizwe zakho; futhi bayokwahlulela abantu ngokwahlulela okulungileyo.


Ngase ngithatha izikhulu zezizwe zenu, amadoda ahlakaniphileyo nabadumileyo, ngabamisa baba yizinhloko phezu kwenu, izinduna zenkulungwane nezinduna zekhulu nezinduna zamashumi ayisihlanu nezinduna zeshumi nezinduna ezizweni zenu.


INkosi yasisithi kuMozisi: Ngibuthele amadoda angamatshumi ayisikhombisa kubadala bakoIsrayeli, owaziyo ukuthi bangabadala babantu lezinduna zabo; uwalethe etendeni lokuhlangana, ukuze ame khona nawe.


UJehova wathi: “Ngikubonile nokukubona ukuhlupheka kwabantu bami abaseGibithe, nokukhala kwabo ngezinceku zabo ngikuzwile; ngokuba ngiyazazi izinsizi zabo;


Ngakho babeka phezu kwabo abaphathi bezisebenzi ukuze babacindezele ngemithwalo yabo. Bamakhela imizi eyingcebo uFaro, nePitomu, neRamesesi.


Olungileyo uyaqaphela ukuphila kwesilwane sakhe, kepha umusa wababi uyisihluku.


UJoshuwa wabutha zonke izizwe zakwa-Israyeli eShekemi, wabiza amalunga akwa-Israyeli, nezinhloko zabo, nabahluleli bakhe, nezinduna zabo; bazimisa phambi kukaNkulunkulu.


Ungabe usabanika abantu utshani bokwenza izitini njengakuqala; mabahambe bazibuthele utshani.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite