Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 5:5 - Contemporary Zulu Bible 2024

5 Wayesethi uFaro: “Bheka, abantu bezwe sebebaningi manje, nibayeke baphumule emithwalweni yabo.”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 UFaro wathi: “Bheka, abantu sebebaningi ezweni, nokho niyabaphumuza emithwalweni yabo.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

5 UFaro waqhubeka wathi: “Laba bantu sebebaningi kakhulu kunabantu bakuleli lizwe, nokho nifuna ukuba bayeke ukwenza imisebenzi yabo enzima.”

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 5:5
5 Referans Kwoze  

Ngobuningi babantu udumo lwenkosi lukhona, kepha ngokuswelakala kwabantu kukhona ukuchithwa kwesikhulu.


Ngalezo zinsuku uMose esekhulile waphuma ukuyobheka abafowabo nemithwalo yabo; futhi wabulala umGibhithe owayeshaye umHebheru, omunye wabafowabo.


Njengeseluleko sezinsizwa wakhuluma kubo, wathi: “Ubaba walenza laba nzima ijoka lenu, mina-ke ngiyakwenezela ejokeni lenu; nobaba wanishaya ngeziswebhu, mina ngiyakunishaya ngawofezela.


Ngokuba lapho ubaba wanithwesa ijoka elinzima, mina ngiyakuneka futhi ejokeni lenu;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite