Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 5:16 - Contemporary Zulu Bible 2024

16 Izinceku zakho azinikwanga tshani, kepha bathi kithi: ‘Yenzani izitina, nibone, izinceku zakho ziyashaywa; kodwa icala likubantu bakho.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Izinceku zakho aziphiwanga tshani; nokho bathi kithi: ‘Bumbani izitini.’ Futhi bheka, izinceku zakho ziyashaywa, kepha icala likubantu bakho.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

16 Izinceku zakho azisanikwa tshani, nokho bathi kithi: ‘Yenzani izitini!’ Futhi kunjalo nje izinceku zakho ziyashaywa, kepha icala likubantu bakho.”

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 5:16
6 Referans Kwoze  

Base bethi omunye komunye: “Hambani, senze izitini, sizishise.” Izitini zaba ngamatshe, nodaka endaweni yobumba.


Zase zifika izinceku zabantwana bakwa-Israyeli, zambiza uFaro, zathi: “Uziphatheleni kanje izinceku zakho na?


Kepha wathi: “Niyavilapha, niyavilapha; ngalokho nithi: ‘Masihambe sihlabele uJehova.’


Njengeseluleko sezinsizwa wakhuluma kubo, wathi: “Ubaba walenza laba nzima ijoka lenu, mina-ke ngiyakwenezela ejokeni lenu; nobaba wanishaya ngeziswebhu, mina ngiyakunishaya ngawofezela.


Ngase ngibuyela emuva, ngabona zonke izinsizi ezenzeka phansi kwelanga; futhi ohlangothini lwabacindezeli babo kwakukhona amandla; kodwa babengenamduduzi.


Ngokuqondene nokuzalwa kwakho, ngosuku owazalwa ngalo, inkaba yakho ayizange inqunywe, futhi awugezwanga ngamanzi ukuba wondle; ubungenawo nhlobo usawoti futhi ungabandakanyeki nhlobo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite