Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 40:7 - Contemporary Zulu Bible 2024

7 Kumelwe ubeke umcengezi phakathi kwetende lokuhlangana ne-altare, uthele amanzi kuwo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Ubeke umcengezi phakathi kwetende lokuhlangana ne-altare, uthele amanzi kuwo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

7 Ubeke umcengezi phakathi kwethende lokuhlangana ne-althare, uthele amanzi kuwo.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 40:7
11 Referans Kwoze  

Kepha uma sihamba ekukhanyeni, njengalokhu yena esekukhanyeni, sinenhlanganyelo omunye nomunye, negazi likaJesu Kristu iNdodana yakhe liyasihlambulula kuso sonke isono.


Masisondele ngenhliziyo eqinisileyo, sinesiqinisekiso esigcwele sokukholwa, izinhliziyo zethu zifafaziwe kunembeza omubi, nemizimba yethu igeziwe ngamanzi acwebileyo.


Kungengemisebenzi yokulunga esayenzayo thina, kodwa ngokwesihawu sakhe wasisindisa, ngesigezo sokuzalwa kutsha, nangokwenziwa basha ngoMoya oNgcwele;


Ngalolo suku kuyakuba khona umthombo endlini kaDavide nabakhileyo eJerusalema, wesono nowokungcola.


Ngiyakugeza izandla zami ngingenacala; kanjalo ngiyakuzungeza i-altare lakho, Jehova;


Wenza isitsha sethusi nothi lwalo ngethusi, ngezibuko zabesifazane ababebuthene ngasemnyango wetende lokuhlangana.


Ubeke i-altare lomnikelo wokushiswa phambi komnyango wetende lokuhlangana.


Uzamisa iguma nxazonke, ulengise izilenge zesango leguma.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite