Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 40:33 - Contemporary Zulu Bible 2024

33 Walimisa igceke nxazonke zetabernakele ne-altare, wamisa izilenge zesango legceke. Ngakho uMose wawuqeda umsebenzi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

33 Walungisa igceke lizungeza itabernakele ne-altare, walengisa iveli lesango legceke; kanjalo-ke uMose wawuqeda umsebenzi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

33 Walungisa igceke nxazonke zethabanakeli ne-althare, walengisa isihenqo sesango lalo. Wawuphothula kanjalo-ke uMose umsebenzi.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 40:33
21 Referans Kwoze  

Uzamisa iguma nxazonke, ulengise izilenge zesango leguma.


Ngikulwile ukulwa okuhle, ngiliqedile ibanga lami, ngigcinile ukukholwa;


Ngokuba ngaye sinokungena sobabili ngaMoya munye kuBaba.


Futhi uNkulunkulu umisile abathile ebandleni, kuqala abaphostoli, okwesibili abaprofethi, okwesithathu abafundisi, emva kwalokho izimangaliso, bese kuba izipho zokuphulukisa, nokusiza, nokubusa, nezilimi ngezilimi.


Ngokuba njengalokhu umzimba umunye, kepha unezitho eziningi, nezitho zonke zalowo mzimba munye, nakuba ziziningi, zingumzimba munye, unjalo noKristu.


Ngikukhazimulisile emhlabeni, ngiwuqedile umsebenzi onginike wona ukuba ngiwenze.


UJesu wathi kuye: “Mina ngiyindlela, neqiniso, nokuphila; akakho oza kuBaba ngaphandle kwami.


Mina ngiyisango; uma umuntu engena ngami, uyakusindiswa, angene aphume, afumane idlelo.


UJesu wathi kubo: Ukudla kwami kungukwenza intando yongithumileyo, ngiqede umsebenzi wakhe.


Ekwazi uJesu wathi kubo: “O nina eninokukholwa okuncane, nikhulumelani phakathi kwenu ngokuthi ningaphathanga izinkwa na?


Izandla zikaZerubabele zabeka isisekelo sale ndlu; izandla zakhe nazo ziyakuqeda; niyakwazi ukuthi uJehova Sebawoti ungithumile kini.


Wakha indlu, wayiqeda; wayibekela indlu ngemishayo namapulangwe emisedari.


Kodwa kumelwe ubeke amaLevi phezu kwetabernakele lobufakazi naphezu kwazo zonke izitsha zalo naphezu kwakho konke okungokwalo; kumelwe bathwale itabernakele nazo zonke izinto zalo; bayakulikhonza, balimise nxazonke zetabernakele.


Waqedwa-ke wonke umsebenzi wetende lokuhlangana; abantwana bakwa-Israyeli benza njengalokho uJehova emyalile uMose, benze njalo-ke.


Lapho bengena etendeni lokuhlangana nalapho besondela e-altare bageza; njengalokho uJehova emyalile uMose.


USolomoni wayeseyakha indlu, wayiqeda.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite