Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 40:29 - Contemporary Zulu Bible 2024

29 Wabeka i-altare lomnikelo wokushiswa emnyango wetende lokuhlangana, wanikela phezu kwalo umnikelo wokushiswa nomnikelo wempuphu; njengalokho uJehova emyalile uMose.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

29 Wabeka i-altare lomnikelo wokushiswa ngasemnyango wetabernakele letende lokuhlangana, wanikela kulo ngomnikelo wokushiswa nangomnikelo wempuphu, njengalokho uJehova emyalile uMose.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

29 Wabeka i-althare lomnikelo wokushiswa ngasemnyango wethabanakeli lethende lokuhlangana, wayesenikela phezu kwalo umnikelo wokushiswa, nowokusanhlamvu, njengalokhu uSimakade ayemyalile uMose.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 40:29
15 Referans Kwoze  

Ubeke i-altare lomnikelo wokushiswa phambi komnyango wetende lokuhlangana.


Sine-altare abangenagunya lokudla kulo abakhonza etabernakele.


kungengegazi lezimbuzi nelamathole, kodwa ngelakhe igazi wangena kanye nje endaweni engcwele, esizuzele ukukhululwa okuphakade.


Ziwula nezimpumputhe, ngokuba yikuphi okukhulu, umnikelo noma i-altare elingcwelisa umnikelo na?


Walixhoma iveli emnyango wetabernakele.


Wabeka umcengezi phakathi kwetende lokuhlangana ne-altare, wathela kuwo amanzi okugeza.


Futhi i-altare lethusi elaliphambi kukaJehova walisusa ngaphambi kwendlu phakathi kwe-altare nendlu kaJehova, walibeka ohlangothini olusenyakatho lwe-altare.


Wathi kimi: “Ndodana yomuntu, isho kanje iNkosi uJehova; Lezi ziyizimiso ze-altare ngosuku abalenza ngalo ukuba banikele ngomnikelo wokushiswa phezu kwalo, kufafazwe ngegazi phezu kwalo.


UJehova wambiza uMose, wakhuluma kuye etendeni lokuhlangana, wathi:


Walinganisa igceke: ubude balo buyizingalo eziyikhulu, ububanzi buyizingalo eziyikhulu; ne-altare elaliphambi kwendlu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite