Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 40:24 - Contemporary Zulu Bible 2024

24 Walubeka uthi lwezibani etendeni lokuhlangana malungana netafula ohlangothini lwetabernakele olungaseningizimu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

24 Walubeka uthi lwezibani etendeni lokuhlangana malungana netafula ohlangothini lwetabernakele olungaseningizimu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

24 Wabeka uthi lwezibani ethendeni lokuhlangana, maqondana netafula elisohlangothini olungaseningizimu yethabanakeli.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 40:24
13 Referans Kwoze  

Ngakho khumbula lapho uwe khona, uphenduke, wenze imisebenzi yakuqala; uma kungenjalo, ngizakuza kuwe masinyane, ngilususe uthi lwesibane sakho endaweni yalo, ngaphandle kokuthi uphenduke.


Imfihlakalo yezinkanyezi eziyisikhombisa ozibonileyo esandleni sami sokunene, nezinti zezibani eziyisikhombisa zegolide. Izinkanyezi eziyisikhombisa ziyizingelosi zamabandla ayisikhombisa, nezinti zezibani eziyisikhombisa zingamabandla ayisikhombisa.


Khona uJesu wabuye wakhuluma kubo, wathi: “Mina ngiwukukhanya kwezwe;


Kwakungukukhanya okuqinisileyo okukhanyisa wonke umuntu, okwase kuza ezweni.


Ukukhanya kukhanya ebumnyameni; ubumnyama abukwamukelanga.


Ekuqaleni wayekhona uLizwi, uLizwi wayekuNkulunkulu, uLizwi wayenguNkulunkulu.


MANJE. Izwi lakho liyisibani ezinyaweni zami nokukhanya endleleni yami.


Wobeka itafula ngaphandle kwesihenqo, nothi lwesibani malungana netafula ohlangothini lwetabernakele olungaseningizimu; futhi kumelwe ubeke itafula ohlangothini olusenyakatho.


Kumelwe ungenise itafula, uhlele izinto okufanele zihlelwe phezu kwalo; ungenise uthi lwesibani, ukhanyise izibani zalo.


Wahlela izinkwa phezu kwalo phambi kukaJehova; njengalokho uJehova emyalile uMose.


Wazikhanyisa izibani phambi kukaJehova; njengalokho uJehova emyalile uMose.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite