Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 4:27 - Contemporary Zulu Bible 2024

27 UJehova wathi ku-Aroni: “Hamba uyohlangabeza uMose ehlane. Wasuka wamhlangabeza entabeni kaNkulunkulu, wamanga.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

27 UJehova wayesethi ku-Aroni: “Hamba umhlangabeze uMose ehlane.” Wahamba, wahlangana naye entabeni kaNkulunkulu, wamanga.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

27 USimakade wathi ku-Aroni: “Hamba uye ehlane uyohlangabeza uMose.” Wahamba, wahlangana naye entabeni kaNkulunkulu, wamanga.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 4:27
15 Referans Kwoze  

UMose wayeselusa umhlambi kaJetiro umukhwe wakhe, umpristi wakwaMidiyani; wahola umhlambi emva kwehlane, wafika entabeni kaNkulunkulu kuze kufike eHorebe.


Ngakho sukuma wehle, uhambe nawo, ungangabazi ngalutho, ngokuba yimina engibathumile.


Ababili bangcono kunoyedwa; ngoba banomvuzo omuhle ngomshikashika wabo.


Wavuka, wadla, waphuza, ngamandla alokho kudla izinsuku ezingamashumi amane nobusuku obungamashumi amane waya eHorebe, intaba kaNkulunkulu.


Bonke abantu babona ukuduma, nemibani, nomsindo wecilongo, nentaba ethunqayo; abantu sebekubona bahlehla bamela khatshana.


UMose wakhuphukela kuNkulunkulu, uJehova wambiza esentabeni, wathi: “Uyakusho kanje kuyo indlu kaJakobe, usho kubantwana bakwa-Israyeli;


UJakobe wamanga uRaheli, waphakamisa izwi lakhe, wakhala.


Wayesemdedela; wayesethi: “Ungumuntu wegazi ngenxa yokusoka.”


UJetiro, umukhwe kaMose, weza namadodana akhe nomkakhe kuMose ehlane, lapho ayemise khona entabeni kaNkulunkulu.


UMose waphuma ukumhlangabeza umukhwe wakhe, wakhothama, wamanga; babuzana ukuphila kwabo; bangena etendeni.


Khona-ke uMose nenceku yakhe uJoshuwa basukuma, futhi uMose wakhuphuka entabeni kaNkulunkulu.


Wathuma inceku yakhe uMose; no-Aroni amkhethayo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite