Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 39:39 - Contemporary Zulu Bible 2024

39 i-altare lethusi, nehele lalo lethusi, nezinti zalo, nazo zonke izinto zalo, nomcengezi, nothi lwawo,

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

39 i-altare lethusi, nehele lalo lethusi, nezinti zalo, nezinto zonke zalo, nomcengezi nesinqe sawo;

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

39 i-althare lethusi, inetha lalo lethusi, izingongolo zalo, nazo zonke izimpahla zalo, umcengezi nesinqe sawo,

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 39:39
7 Referans Kwoze  

Ngalolo suku inkosi yangcwelisa ingaphakathi legceke eliphambi kwendlu kaJehova; ngoba waletha lapho iminikelo yokutshiswa leminikelo eyenziwa ngomlilo lamahwahwa eminikelo yokubonga, ngoba ilathi lethusi elaliphambi kweNKOSI lalilincane kakhulu ukuthi lingamukela iminikelo yokutshiswa leminikelo eyenziwa ngomlilo lamahwahwa eminikelo yokubonga.


Wenza ngalo izisekelo zomnyango wetende lokuhlangana, ne-altare lethusi, nocezu lwalo lwethusi, nezinto zonke ze-altare;


Ulenzele ihele, umsebenzi wethusi; wenzele inetha amasongo amane ethusi emagumbini alo omane.


Kumelwe wenze umcengezi wethusi nonyawo lwawo lube ngethusi okuzogezwa ngalo; uwubeke phakathi kwetende lokuhlangana ne-altare, uthele amanzi kuwo.


ne-altare legolide, namafutha okugcoba, nempepho yamakha, nezilenge zomnyango wetabernakele;


Izilenge zegceke, nezinsika zalo, nezinyawo zalo, nezilenge zesango legceke, nezintambo zalo, nezikhonkwane zalo, nezinto zonke zenkonzo yetabernakele letende lokuhlangana,


Uyakwenza i-altare ngomuthi womtholo, ubude balo bube yizingalo eziyisihlanu, nobubanzi bube yizingalo eziyisihlanu; i-altare libe nezinhlangothi ezine ezilinganayo, ukuphakama kwalo kube yizingalo ezintathu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite