Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 39:37 - Contemporary Zulu Bible 2024

37 uthi lwezibani oluhlanzekile nezibani zalo, nezibani zokulungiswa, nezinto zalo zonke, namafutha okukhanyisa,

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

37 uthi olucwengekileyo lwezibani nezibani zalo, izibani zihleliwe, nezinto zonke zalo, namafutha okukhanyisa,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

37 uthi lwezibani olwenziwe ngegolide elicwengekileyo nezibani zalo zihleliwe, nakho konke okuhambisana nalo, amafutha okukhanyisa,

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 39:37
9 Referans Kwoze  

ukuze nibe ngabangasolekiyo nabangenacala, abantwana bakaNkulunkulu abangenacala phakathi kwesizwe esiyisigwegwe nesiphambeneyo, enikhanya phakathi kwaso njengezinkanyiso ezweni;


Etendeni lokuhlangana, ngaphandle kwesihenqo esiphambi kobufakazi, u-Aroni namadodana akhe bayakuyala lokhu phambi kukaJehova kusukela kusihlwa kuze kube sekuseni: kuyakuba yisimiso esiphakade ezizukulwaneni zabo kubantwana bakwa-Israyeli.


Uzakwenza uthi lwesibane ngegolide elicwengekileyo; uthi lwesibani malwenziwe ngomsebenzi okhandiweyo, isiqu salo, nezinti zalo, nezindebe zalo, namaqhina alo, nezimbali zalo kuvele kulo.


itafula nezitsha zalo zonke nezinkwa zokubukwa,


ne-altare legolide, namafutha okugcoba, nempepho yamakha, nezilenge zomnyango wetabernakele;


Uyala abantwana bakwa-Israyeli ukuba bakulethele uthi lwezibani amafutha acwengekileyo agqunyiwe, ukuze isibani sivutha njalo.


Tshono kuAroni uthi kuye: Nxa ukhanyisa izibane, izibane eziyisikhombisa zizakhanyisa phambi koluthi lwesibane.


U-Aroni wenze njalo; wakhanyisa izibani zakhe malungana nothi lwezibani, njengalokho uJehova emyalile uMose.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite