Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 39:31 - Contemporary Zulu Bible 2024

31 Basebebophela kuyo intambo ebubende ukuze ibotshwe phezu kweqhiye; njengalokho uJehova emyalile uMose.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

31 Babophela kuye intambo eluhlaza ukuba abekwe phezulu esigqokweni, njengalokho uJehova emyalile uMose.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

31 Babophela kulo intambo eluhlaza okwesibhakabhaka, base bekubeka ngaphezu kweqhiya; njengalokhu uSimakade ayemyalile uMose.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 39:31
5 Referans Kwoze  

Futhi lezi yizingubo abayozenza; isihlangu sesifuba, nendwangu yamahlombe, nejazi, nejazi elelukiweyo, nesigqoko, nebhande; futhi kumelwe benzele umfowenu u-Aroni namadodana akhe izingubo ezingcwele, ukuze angikhonze njengompristi.


Kumelwe wenze ungcwecwe wegolide elihlanzekileyo, uqophe kuwo njengokuqoshwa kophawu ukuthi: INGCWELE KUJEHOVA.


Benza ungcwecwe womqhele ongcwele ngegolide elicwengekileyo, baloba kuwo umbhalo njengokuqoshwa kophawu: Ungcwele kuJehova.


Waqedwa-ke wonke umsebenzi wetende lokuhlangana; abantwana bakwa-Israyeli benza njengalokho uJehova emyalile uMose, benze njalo-ke.


UMose wenza njengalokho uJehova emyalile; inhlangano yabuthana ngasemnyango wetende lokuhlangana.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite