Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 39:27 - Contemporary Zulu Bible 2024

27 Benza izigqoko zelineni elicolekileyo, umsebenzi owelukiweyo zika-Aroni namadodana akhe;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

27 Base bebalukela u-Aroni namadodana akhe amabhantshi elineni elicolekileyo lomsebenzi owalukiweyo,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

27 Benzela u-Aroni namadodana akhe amabhantshi ngelineni elicolekileyo, okwakungumsebenzi wobuciko obukhulu

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 39:27
14 Referans Kwoze  

Kumelwe babe namabhande elineni emakhanda abo namabhulukwe elineni okhalweni; bangase bangabhinci noma yini ebangela umjuluko.


Ngakho-ke bophani izinkalo zengqondo yenu, nizithibe, nithembele kuze kube sekupheleni umusa ozolethwa kini ekwambulweni kukaJesu Kristu;


Ngoba lina lonke elabhabhathizelwa kuKristu lembethe uKristu.


Kepha yembathani iNkosi uJesu Kristu, ningakhathaleli inyama ukuba nifeze izinkanuko zayo.


Ngisho ukulunga kukaNkulunkulu okungokukholwa kuJesu Kristu kubo bonke naphezu kwabo bonke abakholwayo, ngokuba akukho mehluko;


Ngizakwethaba kakhulu kuJehova, umphefumulo wami uzakwethaba ngoNkulunkulu wami; ngoba ungigqokise izembatho zensindiso, wangembesa ngesambatho sokulunga, njengomyeni ehloba ngezivunulo, lanjengomakoti ezihloba ngobucwebe bakhe.


UMose wayesesondeza amadodana ka-Aroni, wagqoka izingubo zawo, wawabhincisa amabhande, wafaka izigqoko zawo; njengalokho uJehova emyalile uMose.


isikhencezo negarnethi, isikhencezo negarnethi, emphethweni wejazi, ukukhonza; njengalokho uJehova emyalile uMose.


nesigqoko selineni elicolekileyo nezigqoko zelineni elicolekileyo nezibhulukhwe zelineni elicolekileyo elisontiwe;


Umpristi kumelwe agqoke ingubo yakhe yelineni futhi kumelwe agqoke ibhulukwe lakhe lelineni phezu kwenyama yakhe, asuse umlotha oshiswe ngumlilo kanye nomnikelo wokushiswa e-altare, awubeke eceleni kwe-altare.


Lapho bengena emasangweni egceke elingaphakathi, bayakwembatha ilineni; uboya bezimvu abuyikuba phezu kwabo, lapho bekhonza emasangweni egceke elingaphakathi nangaphakathi.


Kumelwe wenze ungcwecwe wegolide elihlanzekileyo, uqophe kuwo njengokuqoshwa kophawu ukuthi: INGCWELE KUJEHOVA.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite