Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 37:10 - Contemporary Zulu Bible 2024

10 Wenza itafula ngomuthi womtholo: ubude balo babuyizingalo ezimbili, ububanzi balo buyingalo, nokuphakama kwalo kwakuyingalo nenxenye.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Walenza itafula ngomuthi womtholo; ubude balo babuyizingalo ezimbili, nobubanzi balo babuyingalo, nokuphakama kwalo kwakuyingalo nenxenye.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

10 Walakha itafula ngokhuni lomkhambathi, laba ngamakhubhithi amabili ubude, nekhubhithi ububanzi, nekhubhithi nengxenye ukuphakama.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 37:10
13 Referans Kwoze  

kubo uNkulunkulu athanda ukubazisa ukuthi iyini ingcebo yenkazimulo yale mfihlakalo phakathi kwabezizwe; onguKristu phakathi kwenu, ithemba lenkazimulo;


Ekugcwaleni kwakhe samukele sonke umusa phezu komusa.


ULizwi waba yinyama, wakha phakathi kwethu, sabona inkazimulo yakhe, inkazimulo njengeyozelwe yedwa kuYise, egcwele umusa neqiniso.


Kodwa lina liyalingcolisa ngokuthi: Itafula leNkosi lingcolisiwe; nesithelo sawo, yebo, ukudla kwawo kunengekile.


Kumelwe ungenise itafula, uhlele izinto okufanele zihlelwe phezu kwalo; ungenise uthi lwesibani, ukhanyise izibani zalo.


itafula nezisekelo zalo, nezitsha zalo zonke, nezinkwa zokubukwa;


netafula nempahla yalo, nothi lwezibani oluhlanzekile, nempahla yalo yonke, ne-altare lempepho,


Amakherubi awelula amaphiko awo phezulu, asibekela isihlalo somusa ngamaphiko awo, ubuso bawo bubhekene; ubuso bamakherubi babukhuphukela esihlalweni somusa.


Walimboza ngegolide elicwengekileyo, walenzela umqhele wegolide inhlangothi zonke.


USolomoni wazenza zonke izinto zendlu kaJehova: i-altare legolide, netafula legolide okwakukhona kulo izinkwa zokubukwa;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite