Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 36:10 - Contemporary Zulu Bible 2024

10 Wahlanganisa izilenge eziyisihlanu, wahlanganisa ezinye izilenge eziyisihlanu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Wahlanganisa izilenge eziyisihlanu esinye nesinye; wazihlanganisa nezinye izilenge eziyisihlanu esinye nesinye.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

10 Bawahlanganisa amakhethini amahlanu baxhuma elinye kwelinye; namanye ayisihlanu bawahlanganisa baxhuma elinye kwelinye.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 36:10
15 Referans Kwoze  

Ngakho-ke thina esiphelele masibe nomqondo ofanayo;


Gcwalisani intokozo yami, ukuze nibe nhliziyonye, ninothando olufanayo, nibe nhliziyonye, nengqondo munye.


Ongumzimba wakhe, ukugcwala kwakhe ogcwalisa konke kukho konke.


Nina-ke ningumzimba kaKristu, nezitho ngabanye.


Kodwa kalokhu izitho zinengi, kodwa umzimba munye.


Kepha ngiyanincenga, bazalwane, ngegama leNkosi yethu uJesu Kristu ukuba nikhulume nto-nye nonke, kungabikho ukwahlukana phakathi kwenu; kodwa ukuze nihlanganiswe ngokugcwele emqondweni munye nasekuboneni kunye.


Selufikile usuku lwePhentekoste, babendawonye bonke nganhliziyonye.


Ngoba ngalesosikhathi ngizanika abantu ulimi oluhlanzekileyo, ukuze bonke babize ibizo le Nkosi, bamkhonze nganhliziyonye.


Ihubo likaDavide. Bheka, kuhle, kumnandi kanjani ukuba abazalwane bahlalisane ndawonye bemunye.


IJerusalema lakhiwa njengomuzi omi ndawonye;


Izilenge eziyisihlanu ziyakuhlangana, esinye nesinye; nezinye izilenge eziyisihlanu ziyakuhlanganiswa, elinye nelinye.


Ubude bendwangu yetende eyodwa babuyizingalo ezingamashumi amabili nesishiyagalombili, ububanzi bendwangu yetende buyizingalo ezine; izindwangu zamatende zonke zaziyisilinganiso sinye.


Wenza imiphetho eluhlaza okwesibhakabhaka emphethweni welinye itende emphethweni wokuhlangana; wenza njalo ekugcineni kwenye indwangu yetende, kweyesibili indwangu yetende.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite