Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 35:1 - Contemporary Zulu Bible 2024

1 UMose wabiza yonke inhlangano yabantwana bakwa-Israyeli, wathi kubo: “Nanka amazwi uJehova ayala ngawo ukuba niwenze.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 UMose wabutha yonke inhlangano yabantwana bakwa-Israyeli, wathi kuyo: “Yilawa mazwi awayalile uJehova ukuba niwenze.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

1 UMose walihlanganisa lonke ibandla lakwa-Israyeli, wathi kulo: “Yilokhu uSimakade aniyala ngakho ukuba nikwenze:

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 35:1
7 Referans Kwoze  

Ngemva kwalokho bonke abantwana bakwa-Israyeli basondela, wabayala ngakho konke uJehova ayekukhulume kuye entabeni yaseSinayi.


Kepha yibani ngabenzi bezwi, ningabi abalizwayo kuphela, nizikhohlisa.


Ngokuba akusibo abezwa umthetho abalungile phambi kukaNkulunkulu, kepha abenza umthetho yibona abayakulungisiswa.


Khumbula usuku lwesabatha, ulungcwelise.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite