Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 34:35 - Contemporary Zulu Bible 2024

35 Lapho abantwana bakwa-Israyeli bebona ubuso bukaMose, ukuthi isikhumba sobuso bukaMose sasikhazimula; uMose wabuye wafaka iveli ebusweni bakhe, waze wangena ukukhuluma naye.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

35 Abantwana bakwa-Israyeli babubona ubuso bukaMose ukuthi isikhumba sobuso bukaMose sasikhazimula; uMose wayesebuye walifaka iveli ebusweni bakhe waze wangena ukuyokhuluma naye.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

35 Abakwa-Israyeli babubona ubuso bukaMose ukuthi isikhumba sabo siyakhazimula; uMose wayebumboza ngemvakazi aze ayisuse uma eseyokhuluma noSimakade.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 34:35
9 Referans Kwoze  

ukuze nibe ngabangasolekiyo nabangenacala, abantwana bakaNkulunkulu abangenacala phakathi kwesizwe esiyisigwegwe nesiphambeneyo, enikhanya phakathi kwaso njengezinkanyiso ezweni;


Yena wayeyisibani esivuthayo nesikhanyayo, nina-ke nathanda ukuthokoza isikhashana ekukhanyeni kwakhe.


Khona abalungileyo bayakukhanya njengelanga embusweni kaYise wabo. Onezindlebe zokuzwa makezwe.


Kanjalo makukhanye ukukhanya kwenu phambi kwabantu, ukuze babone imisebenzi yenu emihle, badumise uYihlo osezulwini.


Labahlakaniphileyo bayakukhanya njengokubenyezela komkhathi; nalabo abaphendulela abaningi ekulungeni njengezinkanyezi kuze kube phakade naphakade.


Ngubani onjengendoda ehlakaniphileyo? Ngubani owazi incazelo yendaba na? ukuhlakanipha komuntu kukhanya ubuso bakhe, lesibindi sobuso bakhe buyaguqulwa.


futhi kungabi njengoMose owafaka iveli ebusweni bakhe ukuze abantwana bakwa-Israyeli bangagxili ekupheleni kwalokho obekuchithwa;


UMose wabiza yonke inhlangano yabantwana bakwa-Israyeli, wathi kubo: “Nanka amazwi uJehova ayala ngawo ukuba niwenze.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite