Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 34:34 - Contemporary Zulu Bible 2024

34 Kwathi lapho uMose engena phambi kukaJehova ukuba akhulume naye, walisusa iveli waze waphuma. Wasephuma, wakhuluma kubantwana bakoIsrayeli njengokulaywa kwakhe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

34 Kepha uMose esezakungena phambi kukaJehova ukukhuluma naye, walikhumula iveli waze waphuma; waphuma, wakhuluma kubantwana bakwa-Israyeli lokho akuyalelweyo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

34 Kodwa lapho uMose eya phambi kukaSimakade eyokhuluma naye wayeyisusa imvakazi, aze aphume. Uma esephumile wayekhuluma kubantu bakwa-Israyeli lokho ayekuyaliwe.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 34:34
4 Referans Kwoze  

Kodwa nxa iphendukela eNkosini, isihenqo sizasuswa.


Ngakho-ke masisondele ngesibindi esihlalweni somusa, ukuze samukeliswe isihawu, sifumane umusa wokusiza ngesikhathi esifaneleyo.


Lapho abantwana bakwa-Israyeli bebona ubuso bukaMose, ukuthi isikhumba sobuso bukaMose sasikhazimula; uMose wabuye wafaka iveli ebusweni bakhe, waze wangena ukukhuluma naye.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite