Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 34:32 - Contemporary Zulu Bible 2024

32 Ngemva kwalokho bonke abantwana bakwa-Israyeli basondela, wabayala ngakho konke uJehova ayekukhulume kuye entabeni yaseSinayi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

32 Ngasemuva bonke abantwana bakwa-Israyeli basondela, wabayala ngakho konke uJehova akukhulume kuye entabeni yaseSinayi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

32 Sekwedlule lokho, bonke abantu bakwa-Israyeli basondela, wayesebayala ngakho konke uSimakade ayekukhulume kuye entabeni iSinayi.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 34:32
10 Referans Kwoze  

Ngokuba kuqala kunakho konke nganinika lokho engakwamukela nami, ukuthi uKristu wafela izono zethu njengokwemibhalo;


Ngoba mina ngemukele eNkosini, lokho lami enganinika khona, ukuthi iNkosi uJesu ngalobobusuku eyanikelwa ngabo yathatha isinkwa;


nibafundise ukugcina konke enginiyale ngakho; bhekani, mina nginani izinsuku zonke, kuze kube sekupheleni kwezwe. Amen.


Wayesethi uMika: “Kuphila kukaJehova, lokho uJehova akusho kimi, ngiyakukhuluma.”


Ukuze nikhumbule futhi niyenze yonke imiyalo yami futhi nibe ngcwele kuNkulunkulu wenu.


UMose wayesefika, wabatshela abantu onke amazwi kaJehova nezimiso zonke; abantu bonke baphendula ngazwi linye, bathi: “Onke amazwi uJehova awakhulumile siyakuwenza.”


Lezi yizahlulelo okumelwe uzenze kubo.


UMose wababiza; u-Aroni nazo zonke izikhulu zenhlangano babuyela kuye; uMose wakhuluma kubo.


UMose waze waqeda ukukhuluma nabo, wafaka iveli ebusweni bakhe.


UMose wabiza yonke inhlangano yabantwana bakwa-Israyeli, wathi kubo: “Nanka amazwi uJehova ayala ngawo ukuba niwenze.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite