Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 34:31 - Contemporary Zulu Bible 2024

31 UMose wababiza; u-Aroni nazo zonke izikhulu zenhlangano babuyela kuye; uMose wakhuluma kubo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

31 UMose wayesebabiza; u-Aroni nazo zonke izinduna zenhlangano babuyela-ke kuye; uMose wayesekhuluma kubo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

31 Kepha uMose wababiza, u-Aroni nabo bonke abaholi bakwa-Israyeli, beza kuye, wakhuluma nabo.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 34:31
7 Referans Kwoze  

Futhi uNkulunkulu wathi kuMose: “Uzakusho kanje kubantwana bakwa-Israyeli, uthi: ‘UJehova uNkulunkulu wawoyihlo, uNkulunkulu ka-Abrahama, uNkulunkulu ka-Isaka, noNkulunkulu kaJakobe, ungithumile kini: igama lami. Kuze kube phakade, lesi yisikhumbuzo sami ezizukulwaneni ngezizukulwane.


Ngaphezu kwalokho, wabanga bonke abafowabo wakhala phezu kwabo; ngasemuva abafowabo bakhuluma kuye.


Wayesethi uJosefa kubafowabo: “NginguJosefa; ubaba usaphila nabafowabo behluleka ukumphendula; ngoba babetshaywa luvalo phambi kobuso bakhe.


Ngosuku lwesithupha babutha isinkwa esiphindwe kabili, amagomere amabili kumuntu munye; zonke izikhulu zenhlangano zeza zamtshela uMose.


U-Aroni nabo bonke abantwana bakwa-Israyeli bembona uMose, isikhumba sobuso bakhe sasikhazimula; besaba ukusondela kuye.


Ngemva kwalokho bonke abantwana bakwa-Israyeli basondela, wabayala ngakho konke uJehova ayekukhulume kuye entabeni yaseSinayi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite