Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 34:30 - Contemporary Zulu Bible 2024

30 U-Aroni nabo bonke abantwana bakwa-Israyeli bembona uMose, isikhumba sobuso bakhe sasikhazimula; besaba ukusondela kuye.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

30 Bathi u-Aroni nabo bonke abantwana bakwa-Israyeli bembona uMose, bheka, isikhumba sobuso bakhe sasikhazimula, besaba ukusondela kuye.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

30 Lapho u-Aroni nabo bonke abantu bakwa-Israyeli bembona uMose, isikhumba sobuso bakhe sasikhazimula, ngakho-ke besaba ukusondela kuye.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 34:30
7 Referans Kwoze  

Izingubo zakhe zacwazimula, zaba mhlophe kakhulu njengeqhwa; kangangokuthi akekho umhlanzi emhlabeni ongaba mhlophe.


USimoni Petru ekubona, wawa phansi emadolweni kaJesu, wathi: “Suka kimi; ngoba ngingumuntu oyisoni, Nkosi.


Kwathi masinyane isixuku sonke simbona samangala kakhulu, sagijimela kuye, sambingelela.


Ngiyakukhuluma naye umlomo nomlomo, ngokusobala, kungabi ngamazwi angamafu; futhi uyobona isimo sikaJehova. Aningesabi ngani ukukhuluma kabi ngenceku yami uMose na?


Kepha uma inkonzo yokufa, ilotshiwe, iqoshwe ematsheni, yayinenkazimulo, kangangokuthi abantwana bakwa-Israyeli babengenakububheka ubuso bukaMose ngenxa yenkazimulo yobuso bakhe; okuyinkazimulo eyayizakuqedwa;


UMose wababiza; u-Aroni nazo zonke izikhulu zenhlangano babuyela kuye; uMose wakhuluma kubo.


Ngubani onjengendoda ehlakaniphileyo? Ngubani owazi incazelo yendaba na? ukuhlakanipha komuntu kukhanya ubuso bakhe, lesibindi sobuso bakhe buyaguqulwa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite