Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 34:23 - Contemporary Zulu Bible 2024

23 Kathathu ngomnyaka wonke amadodana akho ayakuvela phambi kweNkosi uJehova, uNkulunkulu ka-Israyeli.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 Kathathu ngomnyaka abesilisa bakho bonke bayakubonakala phambi kweNkosi uJehova, uNkulunkulu ka-Israyeli.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

23 Bonke abesilisa bayobonakala kathathu ngonyaka phambi kweNkosi uSimakade, uNkulunkulu ka-Israyeli.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 34:23
9 Referans Kwoze  

Kathathu ngomnyaka ningienzele umkhosi.


Kathathu ngomnyaka bonke abesilisa bakho bayakubonakala phambi kukaJehova uNkulunkulu wakho endaweni ayakuyikhetha; ngomkhosi wesinkwa esingenamvubelo, nangomkhosi wamasonto, nangomkhosi wamadokodo; bangabonakali phambi kukaJehova bengenalutho.


Kathathu ngomnyaka bonke abesilisa bakho bayakubonakala phambi kweNkosi uJehova.


Wathi: “Igama lakho alisayikuthiwa uJakobe, kepha u-Israyeli;


Baqhubeka bekhula ngamandla, yilowo nalowo eSiyoni ubonakala phambi kukaNkulunkulu.


Wamisa khona i-altare, walibiza ngokuthi i-Elohe-Israyeli.


Lowo muntu wenyuka emzini wakubo iminyaka ngeminyaka ukukhonza nokuhlabela uJehova Sebawoti eShilo. Kwakukhona lapho amadodana amabili ka-Eli, oHofini noFinehasi, abapristi bakaJehova.


yebo ngokwesilinganiso esithile izinsuku zonke, umnikelo womyalo kaMose, ngamasabatha, nokuthwasa kwenyanga, nangemikhosi, kathathu ngomnyaka, ngomkhosi wesinkwa esingenamvubelo nangomkhosi. Lamasonto, nangomkhosi wamadokodo.


Kepha lapho abantu bezwe bengena phambi kukaJehova emikhosini, ongena ngeSango laseNyakatho ukukhonza uyakuphuma ngeSango laseNingizimu; futhi lowo ongena ngesango laseningizimu kumelwe aphume ngesango lasenyakatho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite