UEksodusi 33:16 - Contemporary Zulu Bible 202416 Ngokuba kuzokwaziwa kanjani lapha ukuthi mina nabantu bakho ngifumene umusa emehlweni akho na? akusikho ukuthi uhambe nathi na? kanjalo siyakwahlukaniswa, mina nabantu bakho, kubantu bonke abasemhlabeni. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE16 Ngokuba kuyakwaziwa ngani ukuthi ngifumene umusa emehlweni akho, mina nabantu bakho, na? Akungalokhu yini ukuthi uhamba nathi, ukuze sahlukaniswe, mina nabantu bakho, nabanye abantu abasebusweni bomhlaba na?” Gade chapit laIsiZulu 202016 Kuyokwaziwa kanjani ukuthi ngifumene umusa emehlweni akho, mina nabantu bakho, uma ungahambi nathi na? Akusikhona yini ukuhamba nathi okuzokwenza ukuthi mina nabantu bakho sehluke kubo bonke abanye abantu abasemhlabeni na?” Gade chapit la |