Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 30:28 - Contemporary Zulu Bible 2024

28 ne-altare lomnikelo wokushiswa nezinto zalo zonke, nomcengezi nothi lwawo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

28 ne-altare lomnikelo wokushiswa nezitsha zalo zonke, nomcengezi nesinqe sawo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

28 i-althare lomnikelo wokushiswa nazo zonke izitsha zalo, nomcengezi nesinqe sawo.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 30:28
8 Referans Kwoze  

Izinsuku eziyisikhombisa kumelwe wenzele i-altare isihlawulelo, ulingcwelise; futhi kumelwe libe yi-altare elingcwelengcwele; wonke othinta i-altare uyakuba ngcwele.


Kumelwe wenze umcengezi wethusi nonyawo lwawo lube ngethusi okuzogezwa ngalo; uwubeke phakathi kwetende lokuhlangana ne-altare, uthele amanzi kuwo.


netafula, nezitsha zalo zonke, nothi lwesibani, nezitsha zalo, ne-altare lempepho;


Kumelwe uzingcwelise, ukuze zibe ngcwele kakhulu; konke okubathintayo kuyakuba ngcwele.


Nsuku zonke kumelwe ulungise inkunzi njengomnikelo wesono wokubuyisana; wolihlambulula i-altare, lapho ulenzela ukubuyisana, uligcobe ukuba ulingcwelise.


namafutha oluthi lwezibani, namakha amafutha okugcoba nawomakha,


Kumelwe ugcobe umcengezi nonyawo lwawo, uwungcwelise.


Wasesenza imiganu yokugezela yethusi elitshumi; umganu owodwa wawulemiganu engamatshumi amane, lenditshi ngayinye yayizingalo ezine, lesiceceni esisodwa sezisekelo ezilitshumi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite