Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 3:11 - Contemporary Zulu Bible 2024

11 Wayesethi uMose kuNkulunkulu: “Ngingubani mina ukuba ngiye kuFaro, ngikhiphe abantwana bakwa-Israyeli eGibithe na?”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 UMose wayesethi kuNkulunkulu: “Ngingubani mina ukuba ngiye kuFaro, ngikhiphe eGibithe abantwana bakwa-Israyeli na?”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

11 Kepha uMose wathi kuNkulunkulu: “Ngingubani mina ukuthi ngingaya kuFaro, ngikhulule abantu bakwa-Israyeli eGibhithe na?”

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 3:11
13 Referans Kwoze  

UDavida wasesithi kuSawuli: Ngingubani mina? futhi iyini impilo yami noma inzalo kababa kwa-Israyeli ukuba ngibe ngumkhwenyana wenkosi?


Kungesikho ukuthi siyenelisa ngokwethu ukucabanga utho njengoluvela kithi; kodwa ukwenelisa kwethu kuvela kuNkulunkulu;


UMose wakhuluma phambi kukaJehova, wathi: “Bheka, abantwana bakwa-Israyeli abangilalelanga; pho, uFaro angangilalela kanjani omlomo wakhe ungasokile na?


Ngase ngithi: “Awu, Nkosi Jehova! bheka, angikwazi ukukhuluma ngoba ngiyingane.


Kwabanye siyiphunga lokufa kube ngukufa; futhi kwabanye iphunga lokuphila kube ngukuphila. Futhi ngubani owanele lezi zinto?


Khona-ke unike inceku yakho inhliziyo eqondayo ukwahlulela abantu bakho, ukuze ngahlukanise phakathi kokuhle nokubi; ngoba ngubani ongahlulela lesi sizwe sakho esikhulu?


Manje, Jehova Nkulunkulu wami, usubekile inceku yakho inkosi esikhundleni sikaDavide ubaba, mina ngingumntwana omncane; angazi ngiphume noma ngingene kanjani.


Inkosi uDavide yangena, yahlala phambi kukaJehova, yathi: “Ngingubani mina, Nkosi Jehova? futhi iyini indlu yami ukuthi ungilethe lapha?


Wathi kuye: “Awu, Nkosi yami, ngiyakumkhulula ngani u-Israyeli na?” bheka, umndeni wakithi umpofu kwaManase, mina ngingomncinyane endlini kababa.


“Kodwa ngingubani mina, futhi bayini abantu bami, ukuba sibe namandla okunikela ngenhliziyo engaka? ngokuba konke kuvela kuwe, nokuvela kokwaKho sikunike wena.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite