Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 29:22 - Contemporary Zulu Bible 2024

22 Wothabatha enqameni amanoni, nomlenze, namanoni asibekela izibilini, nensalela ephezu kwesibindi, nezinso zombili namanoni akuzo, nomlenze wesokunene; ngoba iyinqama yokwahlukaniselwa;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 “Wothabatha amanoni enqama, nomsila ononileyo, nomhlehlo osibekela izibilini, namanoni esibindi, nezinso zombili namanoni akuzo, nomlenze wokunene, ngokuba kuyinqama yokwahlukaniselwa;

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

22 “Uyothatha amanoni enqama, amanoni omsila, umhlwehlwe, amanoni asesibindini, izinso zombili namanoni azo, nomlenze wangakwesokudla, ngokuba yinqama yokubekwa kwabo.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 29:22
14 Referans Kwoze  

Uthabathe onke amanoni asibekela izibilini, namanoni aphezu kwesibindi, nezinso zombili namanoni akuzo, ukushise e-altare.


Inyama yawo iyakuba ngeyakho, njengesifuba sokunyakaziswa nanjengehlombe lakho lokunene.


Isifuba esinyakazayo nehlombe elinyakazayo kumelwe nikudle endaweni ehlanzekile; wena namadodana akho namadodakazi akho kanye nawe; ngoba ingeyakho neyamadodana akho enikelwe eminikelweni yokubonga yabantwana bakwa-Israyeli.


U-Aroni wanyakazisa izifuba nomlenze wesokunene njengomnikelo wokuzuliswa phambi kukaJehova; njengokulaya kukaMozisi.


Namanoni enkunzi nawenqama, nomlenze, namanoni asibekela izibilini, nezinso, namanoni esibindi;


Kumelwe anikele wonke amanoni awo; isiphambano namanoni asibekela izibilini;


Kumelwe alethe umnikelo womlilo kuJehova ovela emnikelweni wokubonga; amanoni akhe nawo wonke uhlevane kumelwe asuse kanzima emgogodleni; namanoni asibekela izibilini, nawo onke amanoni aphezu kwezibilini;


Kumelwe uthathe elinye igazi elise-altare nasemafutheni okugcoba, ufafaze ngawo u-Aroni nasezingutsheni zakhe naphezu kwamadodana akhe nasezingutsheni zamadodana akhe kanye naye; kumelwe angcweliswe, kanye nezingubo zakhe namadodana akhe nezingubo zamadodana akhe kanye naye.


nesinkwa sinye, neqebelengwane linye lamafutha, nesinkwa sinye eqomeni lesinkwa esingenamvubelo esiphambi kukaJehova.


Lona ngumthetho womnikelo wokushiswa, nowomnikelo womlilo, nowomnikelo wesono, nowomnikelo wecala, nowokwahlukaniselwa, nowomnikelo wokubonga;


Umpristi kumelwe athathe iwundlu elilodwa alilungise libe ngumnikelo wecala nelogi yamafutha akuthuthe kube ngumnikelo wokuzuliswa phambi kukaJehova.


Umpheki wathatha ihlombe nalokho okwakuphezu kwalo, wakubeka phansi phambi kukaSawule. USamuweli wathi: “Bheka, okusele; Kubeke phambi kwakho, udle, ngokuba kuze kube manje kugcinelwe wena kusukela ngathi: Ngimemile abantu. Ngakho uSawule wadla noSamuweli ngalolo suku.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite