Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 26:2 - Contemporary Zulu Bible 2024

2 Ubude bendwangu yetende eyodwa bube yizingalo ezingamashumi amabili nesishiyagalombili, ububanzi bendwangu yetende bube yizingalo ezine; zonke izindwangu zetende ziyakuba nesilinganiso sinye.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Ubude besilenge sinye bube yizingalo ezingamashumi amabili nesishiyagalombili, ububanzi baso bube yizingalo ezine, zonke izilenge zilingane.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

2 Ubude bekhethini ngalinye bube ngamakhubhithi angama-28, ububanzi balo bube ngamakhubhithi amane. Wonke amakhethini ayakulingana.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 26:2
6 Referans Kwoze  

Kwathi uDavida ehlezi endlini yakhe, uDavida wathi kuNathani umprofethi: Khangela, mina ngihlala endlini yesihlahla somsedari, kodwa umphongolo wesivumelwano sikaJehova uhlezi ngaphansi kwamakhetheni.


Inkosi yathi kuNathani umprofethi: “Bheka, mina ngihlala endlini yokhuni lomsedari, kepha umphongolo kaNkulunkulu uhlala ngaphakathi kwezilenge.


Bayakuthwala izindwangu zetabernakele, netende lokuhlangana, nesembozo salo, nesembozo sezikhumba eziphezu kwalo, nesifulelo somnyango wetende lokuhlangana,


Futhi, uyakwenza itabernakele ngezindwangu zetende eziyishumi ngelineni elicolekileyo elisontiwe, nelineni eliyibubende, eliyibubende nelibomvu; ulenze linamakherubi umsebenzi wobuqili.


Izilenge eziyisihlanu ziyakuhlangana, esinye nesinye; nezinye izilenge eziyisihlanu ziyakuhlanganiswa, elinye nelinye.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite