Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 25:14 - Contemporary Zulu Bible 2024

14 Kumelwe uzifake izinti emasongweni asezinhlangothini zomphongolo, ukuze umphongolo uthwalwe ngazo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 Wozifaka izinti emasongweni asezinhlangothini zomphongolo ukuba uthwalwe ngazo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

14 izingongolo uzifake emasongweni asezinhlangothini zomphongolo ukuze uthwalwe ngazo.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 25:14
8 Referans Kwoze  

Kumelwe wenze izinti ngokhuni lomtholo uzimboze ngegolide.


Izinti kumelwe zibe semasongweni omphongolo; zingasuswa kuwo.


Abantwana bamaLevi bathwala umphongolo kaNkulunkulu emahlombe abo nezinti kuwo, njengalokho eyalile uMose njengezwi likaJehova.


Amasongo ayakuba maqondana nomkhawulo, abe yizindawo zezinti zokuthwala itafula.


Kumelwe wenze izinti ngokhuni lomtholo uzimboze ngegolide, ukuze itafula lithwalwe ngazo.


Ulenzele amasongo amabili egolide ngaphansi komqhele walo, emagumbini alo omabili; ulenze ezinhlangothini zalo ezimbili; futhi kumelwe kube yindawo yezinti zokulithwalela kuyo.


UJoshuwa indodana kaNuni wabiza abapristi, wathi kubo: “Phakamisani umphongolo wesivumelwano, abapristi abayisikhombisa baphathe izimpondo zezinqama eziyisikhombisa phambi komphongolo kaJehova.


UDavida wasesithi: Kakulamuntu ongathwala umphongolo kaNkulunkulu, ngaphandle kwamaLevi, ngoba bakhethile uJehova ukuthi athwale umphongolo kaNkulunkulu, bamkhonze kuze kube nininini.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite