1 UJehova wakhuluma kuMose, wathi:
1 UJehova wayesekhuluma kuMose ethi:
1 USimakade wakhuluma kuMose, wathi:
UMose wangena phakathi kwefu, wenyuka entabeni; uMose wayesentabeni izinsuku ezingamashumi amane nobusuku obungamashumi amane.
Yisho kubantwana bakwa-Israyeli ukuthi bangilethele umhlatshelo; kuwo wonke umuntu onikela ngenhliziyo yakhe ngokuzithandela, anothabatha umnikelo wami.
Thathani phakathi kwenu umnikelo kaJehova; igolide nesiliva nethusi,
UMose wabiza yonke inhlangano yabantwana bakwa-Israyeli, wathi kubo: “Nanka amazwi uJehova ayala ngawo ukuba niwenze.
UMose wakhuluma kuyo yonke inhlangano yabantwana bakwa-Israyeli, wathi: “Nanti izwi uJehova ayala ngalo ngokuthi:
namafutha oluthi lwezibani, namakha amafutha okugcoba nawomakha,
Waqedwa-ke wonke umsebenzi wetende lokuhlangana; abantwana bakwa-Israyeli benza njengalokho uJehova emyalile uMose, benze njalo-ke.
Baliletha itabernakele kuMose, itende, nayo yonke impahla yalo, nezisekelo zalo, nezinsika zalo, nemishayo yalo, nezinsika zalo, nezinyawo zalo,
Njengakho konke uJehova amyale ngakho uMose, abantwana bakwa-Israyeli bawenza wonke umsebenzi.
Kuthathe kubo, ukuze bafeze inkonzo yetende lokuhlangana; uyakunika amaLevi, kube yilowo nalowo ngokomsebenzi wakhe.
UJowashi wathi kubapristi: “Yonke imali yeminikelo yokungcweliswa elethwa endlini kaJehova, imali yabo bonke ababalwayo, nemali okunqunyiwe kuyo yilowo nalowo, nayo yonke imali efikayo.” enhliziyweni yomuntu ukuletha endlini kaJehova.