Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 24:5 - Contemporary Zulu Bible 2024

5 Wathuma izinsizwa zabantwana bakwa-Israyeli zanikela ngeminikelo yokushiswa, zanikela ngeminikelo yokuthula yezinkomo kuJehova.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Wathuma izinsizwa zabantwana bakwa-Israyeli, zanikela ngeminikelo yokushiswa, zahlabela uJehova imihlatshelo yokuthula yezinkunzi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

5 Wathuma izinsizwa zakwa-Israyeli zanikela ngeminikelo yokushiswa, zahlabela uSimakade amaduna ukuba abe yimihlatshelo yokuthula.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 24:5
7 Referans Kwoze  

UJetiro, umukhwe kaMose, wamthathela uNkulunkulu umnikelo wokushiswa nemihlatshelo; weza u-Aroni nawo onke amalunga akwa-Israyeli ukuba badle isinkwa nomukhwe kaMose phambi kukaNkulunkulu.


Nabapristi abasondela kuJehova mabazingcwelise, ukuze uJehova angabafohleli.


Ungenzele i-altare lomhlabathi, unikele phezu kwalo iminikelo yakho yokushiswa neminikelo yakho yokubonga, izimvu zakho nezinkomo zakho phezu kwalo; kuzo zonke izindawo lapho engichaza khona igama lami, ngizoza kuwe futhi ngikubusise.


Buthelani kimi abangcwele bami; labo abenza isivumelwano Nami ngemihlatshelo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite