Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 23:30 - Contemporary Zulu Bible 2024

30 Ngiyakubaxosha kancane kancane phambi kwakho, uze wande, ulidle izwe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

30 Ngiyakubaxosha phambi kwakho kancane kancane, ukuze wande, udle ifa lezwe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

30 Kunalokho, ngizozixosha phambi kwakho kancane kancane, uze wande ngokwanele ukuba ulidle izwe.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 23:30
5 Referans Kwoze  

UJehova uNkulunkulu wakho uyakuxosha lezo zizwe kancane kancane phambi kwakho; ungakudli masinyane, funa izilo zasendle zande phezu kwakho.


Bhekani, nginabele lezi zizwe ezinishiyele ngenkatho, zibe yifa lezizwe zenu, kusukela eJordani, kanye nezizwe zonke engazichithayo, kuze kube seLwandle Olukhulu ngasentshonalanga.


Ngokuba uJehova waxosha izizwe ezinkulu nezinamandla phambi kwenu, kepha nina akukho muntu okwazile ukuma phambi kwenu kuze kube namuhla.


Bonke abakhileyo ezintabeni kusukela eLebanoni kuze kube seMisirefotimayimi, nawo wonke amaSidoni, ngiyobaxosha phambi kwabantwana bakwa-Israyeli; nje ulabele abantwana bakwa-Israyeli ngenkatho njengefa, njengalokho ngakuyala.


UJehova uNkulunkulu wakho uyakuzixosha phambi kwakho, azixoshe phambi kobuso bakho; nidle izwe lazo, njengalokho uJehova uNkulunkulu wenu enithembisile.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite